Study

Amagama emisebenzi yabantu

  •   0%
  •  0     0     0

  • Umuntu oshayela imoto.
    umshayeli
    umholi
    umhlabeleli
    umculi
  • Umuntu ohola abantu.
    umculi
    umthungi
    umholi
    umakhi
  • umuntu obhukudayo
    umbhaki
    umthungi
    umqeqeshi
    umbhukudi
  • Umuntu osebenza ukutshala.
    Uthisha
    Umalusi
    Unogada
    Umlimi
  • Umuntu ogada/ ohambisa izilwane emadlelweni.
    uthisha
    umalusi
    umsebenzi
    unogada
  • Umuntu osubatha emncintiswaneni
    umhlengikazi
    umsubathi
    umakhi
    umalusi
  • Umuntu ohlenga iziguli.
    Umabhalani
    Uthisha
    Umlimi
    Umhlengikazi
  • Umuntu ophekela abantu.
    intatheli
    umpheki
    umbhaki
    umsakazi
  • Umuntu owakha izindlu.
    umsakazi
    umakhi
    umlimi
    umsebenzi
  • Umuntu osakaza izindaba noma izinhlelo emsakazweni.
    umalusi
    intatheli
    umsakazi
    umbukeli
  • Umuntu othunga izimpahla
    umdlali
    umthungi
    umbhukudi
    umalusi
  • Umuntu ofundisa abantu amakhono.
    umbukudi
    umalusi
    Umqeqeshi
    umdayisi
  • Umuntu ogijima emncintiswaneni
    umakhi
    umgijimi
    umvangeli
    umlandeli
  • Umuntu ofundisa izingane esikoleni.
    Uthisa
    Umalusi
    Umsebenzi
    Udokotela