Game Preview

Amabizoqoqa

  •  Zulu    18     Public
    Collective nouns
  •   Study   Slideshow
  • Abantu abacula ndawonye ngokuzilungiselela.
    Ibandla
    Isixuku
    Ikwaya
    Yinyunyana
  •  15
  • Izinkuni ezibosehelwe ndawonye.
    Isivivana
    Isixuku
    Inyanda
    Ithala
  •  15
  • Izilwane eziningi zohlobo olulodwa ndawonye.
    umhlambi
    isixuku
    ithala
    ibutho
  •  15
  • Abantu abalwela noma abavikela isizwe noma isigodi
    isixuku
    ibutho
    umzimba
    ikwaya
  •  15
  • Amatshe amaningi
    inyanda
    isivivane
    ithala
    umhlambi
  •  15
  • izincwadi eziningi ezibekwe ndawonye ngendlela ehlelekile ukuze zifundwe ngabantu.
    ikwaya
    umndeni
    isiqiwu
    umtapo
  •  15
  • Indawo yindlu lapho kudayiswa khona uhlobo oluthize lwezimpahla.
    inqwaba
    incwadi
    inyanda
    isitolo
  •  15
  • Amalunga ahlukene omuntu noma isilwane
    umzimba
    iviyo
    iqulu
    uxhaxha
  •  15
  • Uchungechunge lwezitolo ezilandelanayo noma ezindawonye
    umtapo
    uxhaxha
    ihlathi
    iqulu
  •  15
  • Indawo lapho kuhlala/ kugcinwa khona izilwane ezahlukene
    isiqiwu
    incwadi
    isitolo
    inyanda
  •  15
  • Izinyosi eziningi ndawonye
    isiqiwu
    umndeni
    uxhaxha
    iqulu
  •  15
  • iqoqo lezintombi
    ikwaya
    iviyo
    umzimba
    iqulu
  •  15
  • Izihlahla eziningi ndawonye.
    Iqulu
    Ihlathi
    Iviyo
    Umzimba
  •  15
  • Amaphepha ayidlanzana akhuluma ngento/ izinto ezihambisanayo
    Incwadi
    Umtapo
    Ikhabethe
    Umzimba
  •  15
  • Abantu abazalanayo
    Udadewethu
    Umfowethu
    Umndeni
    Umalume
  •  15
  • Izinto eziningi ndawonye
    Umndeni
    Inqwaba
    Umtapo
    Incwadi
  •  15